Amagents
de Samthing Soweto
Baby wami yithi ngikutshele
Ngifuna ungizwe
Ayafana amaGents
Ayafana amajimbosi
Abanye bazokushela bathi umuhle
Kodwa ayafana amaGents
Ayafana amajimbosi
Bayafana abafwethu
Yoh ma yoh ma iyooh
Ngiyakutshela ayafana amaGents
Ayafana amajimbosi
Yoh ma yoh ma iyoooh ngiyakutshela Ayafana amaGents
Ayafana amajimbosi
Ayafana amajimbosi
Nami angazi ukuthi kanjani
Uzothi uthole ongathi uRight
Akujikele nje kanjalo
Uzothi umuntu uyamazela
Avele akumangaze
Ngiyabona awungikholwa lalela nana
Lez' into zakhona
Esizibona imihla yonke
Bazothi kuwe uyachoma
Ngoba ungafuni ukubaqoma
Yebo abahlukile bakhona
Kodwa akulula ukubabona
Vula amehlo mntanami ungadlal' abafana
Baby wami yithi ngikutshele
Ngifuna ungizwe
Ayafana amaGents
Ayafana amajimbosi
Abanye bazokushela bathi umuhle
Kodwa ayafana amaGents
Ayafana amajimbosi
Bayafana abafwethu
Yoh ma yoh ma iyooh
Ngiyakutshela ayafana amaGents
Ayafana amajimbosi
Yoh ma yoh ma iyoooh ngiyakutshela Ayafana amaGents
Ayafana amajimbosi
Injalo wenana impilo yalana esiphila emzansi eSouth Africa
Ku rough kunjena awukho Safe mawumuntu wesifazane
Nami ngiyakhala kodwa mntanani nami ngiGent nami ngiGent no no no no
Lez' into zakhona
Esizibona imihla yonke
Bazothi kuwe uyachoma
Ngoba ungafuni ukubaqoma
Yebo abahlukile bakhona
Kodwa akulula ukubabona
Vula amehlo mntanami ungadlal' abafana
Baby wami yithi ngikutshele
Ngifuna ungizwe
Ayafana amaGents
Ayafana amajimbosi
Abanye bazokushela bathi umuhle
Kodwa ayafana amaGents
Ayafana amajimbosi
Bayafana abafwethu
Yoh ma yoh ma iyooh
Ngiyakutshela ayafana amaGents
Ayafana amajimbosi
Yoh ma yoh ma iyoooh ngiyakutshela Ayafana amaGents
Ayafana amajimbosi
Más canciones de Samthing Soweto
-
Akulaleki
Isphithiphithi
-
Akulaleki
Akulaleki
-
Sebenzela nina
Isphithiphithi
-
Thanda Wena Part 2
Isphithiphithi
-
Tilili
Danko!
-
Kwamampela
E'bsuku
-
This Is for the Fans
E'bsuku
-
Ndofire/Skado
E'bsuku
-
Mdolomba
E'bsuku
-
I've Given Up
E'bsuku